-
Mathewu 18:15-17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
15 “Ngaphezu kwalokho, uma umfowenu ona, hamba uyomambulela iphutha lakhe* phakathi kwakho naye ninodwa. + Uma ekulalela, uyobe umzuzile umfowenu. + 16 Kodwa uma engalaleli, thatha oyedwa noma ababili uhambe nabo ukuze kuthi ngobufakazi* babantu ababili noma abathathu zonke izindaba ziqinisekiswe. + 17 Uma engabalaleli, khuluma nebandla. Uma engalilaleli ngisho nebandla, makabe kuwe njengomuntu wezizwe + nanjengomqoqi wentela. +
-