Mathewu 5:32 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 32 Nokho mina ngithi kini, wonke umuntu odivosa umkakhe ngaphandle kwesizathu sokuziphatha kabi ngokocansi,* umbeka engozini yokuphinga, futhi noma ubani oshada nowesifazane odivosile uyaphinga. + Mathewu 19:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke, lokho uNkulunkulu akubophele ndawonye makungahlukaniswa muntu.” +
32 Nokho mina ngithi kini, wonke umuntu odivosa umkakhe ngaphandle kwesizathu sokuziphatha kabi ngokocansi,* umbeka engozini yokuphinga, futhi noma ubani oshada nowesifazane odivosile uyaphinga. +
6 Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke, lokho uNkulunkulu akubophele ndawonye makungahlukaniswa muntu.” +