Malaki 2:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngoba ngiyayizonda* idivosi,” + kusho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, “nalowo omboza ingubo yakhe ngobudlova,”* kusho uJehova wamabutho. “Ziqapheni ngokuqondene nomoya wenu, ningenzi ngokukhohlisa. + Mathewu 19:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke, lokho uNkulunkulu akubophele ndawonye makungahlukaniswa muntu.” + Efesu 5:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Noma kunjalo, yilowo nalowo kini kumele athande umkakhe + njengoba ezithanda yena; ngakolunye uhlangothi, umfazi kufanele amhloniphe ngokujulile umyeni wakhe. +
16 Ngoba ngiyayizonda* idivosi,” + kusho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, “nalowo omboza ingubo yakhe ngobudlova,”* kusho uJehova wamabutho. “Ziqapheni ngokuqondene nomoya wenu, ningenzi ngokukhohlisa. +
6 Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke, lokho uNkulunkulu akubophele ndawonye makungahlukaniswa muntu.” +
33 Noma kunjalo, yilowo nalowo kini kumele athande umkakhe + njengoba ezithanda yena; ngakolunye uhlangothi, umfazi kufanele amhloniphe ngokujulile umyeni wakhe. +