Mathewu 13:55 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 55 Lo akayona yini indodana yombazi? + Unina akabizwa yini ngokuthi uMariya, nabafowabo ngokuthi oJakobe noJosefa noSimoni noJuda? + Galathiya 1:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Kodwa akekho omunye umphostoli engambona ngaphandle kukaJakobe + umfowabo weNkosi.
55 Lo akayona yini indodana yombazi? + Unina akabizwa yini ngokuthi uMariya, nabafowabo ngokuthi oJakobe noJosefa noSimoni noJuda? +