-
1 Korinte 15:27, 28IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
27 Ngoba uNkulunkulu “wabeka zonke izinto ngaphansi kwezinyawo zakhe.” + Kodwa uma ethi ‘zonke izinto zibekwe ngaphansi,’ + kusobala ukuthi lokhu akuhlanganisi Lowo owabeka zonke izinto ngaphansi kwakhe. + 28 Kodwa lapho zonke izinto sezibekwe ngaphansi kwakhe, khona-ke neNdodana ngokwayo iyozithoba kuLowo owabeka zonke izinto ngaphansi kwayo, + ukuze uNkulunkulu abe yikho konke kuwo wonke umuntu. +
-