27 Ngoba abahlala eJerusalema nababusi babo abamamukelanga lo, kodwa lapho bemahlulela, bagcwalisa izinto ezashiwo abaProfethi, + okuyizinto ezifundwa ngokuzwakalayo ngawo wonke amasabatha. 28 Nakuba bengatholanga sizathu sokuba afe, + bathi kuPilatu makabulawe. +