-
2 Thimothewu 1:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Wasisindisa futhi wasibiza ngobizo olungcwele, + hhayi ngenxa yemisebenzi yethu, kodwa ngenxa yenjongo yakhe nomusa omkhulu. + Lo musa sawuphiwa ngoKristu Jesu kudala kakhulu, 10 kodwa manje wenziwe wabonakala ngokucacile ngokubonakaliswa koMsindisi wethu, uKristu Jesu, + oqede ukufa + futhi wenza ukuphila + nokungonakali + kwakhanya ngezindaba ezinhle, +
-