1 Korinte 13:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Uthando + luyabekezela + futhi lunomusa. + Uthando alunamona. + Aluzigabisi, aluzikhukhumezi, + 1 Petru 4:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngaphezu kwakho konke, thandanani kakhulu, + ngoba uthando lumboza izono eziningi. +