Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Roma 5:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Ngoba uma lapho siseyizitha sabuyisana noNkulunkulu ngokufa kweNdodana yakhe, + siyosindiswa kakhulu kangakanani-ke ngokuphila kwayo njengoba sesibuyisene.

  • Efesu 2:15, 16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Ngenyama yakhe wabuqeda lobo butha, uMthetho wemiyalo owakhiwa izinqumo, ukuze enze la maqembu amabili abe munye naye, abe umuntu omusha oyedwa + futhi enze ukuthula, 16 nokuba ngesigxobo sokuhlushwa *+ enze womabili la maqembu abuyisane ngokugcwele noNkulunkulu engumzimba owodwa, ngoba ububulele ubutha + ngomzimba wakhe.

  • Kolose 1:19, 20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 ngoba uNkulunkulu wabona kukuhle ukuba ukugcwala konke kuhlale kuyo, + 20 nokuba abuyisele ngayo kuye zonke ezinye izinto + ngokwenza ukuthula ngegazi + eyalithulula esigxotsheni sokuhlushwa,* kungakhathaliseki ukuthi yizinto ezisemhlabeni noma izinto ezisemazulwini.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela