Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzAga 28:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Noma ubani opha abampofu ngeke aswele lutho, +

      Kodwa ovala amehlo akhe ekuhluphekeni kwabo uyothola iziqalekiso eziningi.

  • Malaki 3:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Kuletheni konke okweshumi enqolobaneni, + ukuze kube nokudla endlini yami; + ngicela ningivivinye kulesi sici,” kusho uJehova wamabutho, “ukuze nibone ukuthi ngeke yini nginivulele amasango asemazulwini + nginithululele isibusiso nize ningasweli lutho.” +

  • Filipi 4:18, 19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 18 Nokho, nginazo zonke izinto engizidingayo futhi nginensada. Ngigculisekile njengoba sengamukele ku-Ephafrodithu + izinto enizithumele, iphunga elimnandi, + umhlatshelo owamukelekayo, ojabulisa kakhulu kuNkulunkulu. 19 Khona-ke uNkulunkulu wami uzokwanelisa ngokugcwele zonke izidingo zenu, + ngezinga lengcebo yakhe ekhazimulayo ngoKristu Jesu.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela