1 Korinte 3:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Ngokomusa omkhulu kaNkulunkulu engaphiwa wona, ngabeka isisekelo + njengomakhi ohlakaniphile oyingcweti,* kodwa omunye umuntu wakhela phezu kwaso. Kodwa yilowo nalowo makaqhubeke ebheka indlela akhela ngayo phezu kwaso. 1 Korinte 4:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngoba nakuba ningase nibe nabanakekeli* abangu-10 000 kuKristu, ngokuqinisekile aninabo obaba abaningi; ngoba kuKristu Jesu sengiwuyihlo ngezindaba ezinhle. +
10 Ngokomusa omkhulu kaNkulunkulu engaphiwa wona, ngabeka isisekelo + njengomakhi ohlakaniphile oyingcweti,* kodwa omunye umuntu wakhela phezu kwaso. Kodwa yilowo nalowo makaqhubeke ebheka indlela akhela ngayo phezu kwaso.
15 Ngoba nakuba ningase nibe nabanakekeli* abangu-10 000 kuKristu, ngokuqinisekile aninabo obaba abaningi; ngoba kuKristu Jesu sengiwuyihlo ngezindaba ezinhle. +