-
Roma 16:17, 18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
17 Manje ngiyanincenga bazalwane, ukuba niqaphele labo ababangela ukuhlukana nababangela ukukhubeka, okuyinto ephambene nemfundiso eniyifundile, nibagweme. + 18 Ngoba amadoda alolo hlobo ayizigqila, hhayi zeNkosi yethu uKristu, kodwa zezifiso* zawo, futhi ngenkulumo ebushelelezi nangenkulumo yokuthopha ayenga izinhliziyo zalabo abanganakile.
-