Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Roma 8:23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 Akugcini nje lapho, kodwa nathi esamukela umoya ongcwele, ingxenye yokuqala* yokwakuzolandela, siyabubula ngaphakathi kithi, + kuyilapho silindele ngobuqotho ukutholwa njengabantwana, + ukukhululwa emizimbeni yethu ngesihlengo.

  • 2 Korinte 5:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Lowo owasilungiselela yona kanye le nto uNkulunkulu, + owasinika umoya njengophawu* lwalokho okuzayo. +

  • Efesu 1:13, 14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Kodwa nani nathembela kuye ngemva kokuba senizwe izwi leqiniso, izindaba ezinhle mayelana nensindiso yenu. Ngemva kokuba senikholiwe, nabekwa uphawu + ngaye ngomoya ongcwele othenjisiwe, 14 oluyisiqinisekiso esinikezwa kusengaphambili* sefa lethu, + ngenjongo yokukhulula ngesihlengo + impahla kaNkulunkulu, + ukuze adunyiswe futhi akhazinyuliswe.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela