Roma 6:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngakho sangcwatshwa kanye naye ngokubhapathizelwa ekufeni kwakhe, + ukuze kuthi, njengoba nje uKristu avuswa kwabafile ngenkazimulo kaYise, nathi sihambe ekuphileni okusha. + 1 Petru 3:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Phela noKristu wafela izono kwaba kanye kuphela, + umuntu olungile ngenxa yabangalungile, + ukuze aniholele kuNkulunkulu. + Wabulawa enomzimba wenyama + kodwa wavuswa enomzimba womoya. +
4 Ngakho sangcwatshwa kanye naye ngokubhapathizelwa ekufeni kwakhe, + ukuze kuthi, njengoba nje uKristu avuswa kwabafile ngenkazimulo kaYise, nathi sihambe ekuphileni okusha. +
18 Phela noKristu wafela izono kwaba kanye kuphela, + umuntu olungile ngenxa yabangalungile, + ukuze aniholele kuNkulunkulu. + Wabulawa enomzimba wenyama + kodwa wavuswa enomzimba womoya. +