1 Thesalonika 5:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 nokuba ngothando nibacabangele kakhulu ngenxa yomsebenzi wabo. + Yibani nokuthula omunye nomunye. + Jakobe 3:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Kodwa ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kumsulwa, + kunokuthula, + kuyacabangela, + kuyashesha ukulalela, kugcwele isihe nezithelo ezinhle, + akukhethi, + akuzenzisi. + 1 Petru 3:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Makafulathele okubi + enze okuhle; + makafune ukuthula azame ukukulondoloza. + 2 Petru 3:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngakho-ke, bathandekayo, njengoba nilindele lezi zinto, yenzani konke okusemandleni enu ukuba ekugcineni anithole ningenabala, ningenasici futhi ninokuthula. +
13 nokuba ngothando nibacabangele kakhulu ngenxa yomsebenzi wabo. + Yibani nokuthula omunye nomunye. +
17 Kodwa ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kumsulwa, + kunokuthula, + kuyacabangela, + kuyashesha ukulalela, kugcwele isihe nezithelo ezinhle, + akukhethi, + akuzenzisi. +
14 Ngakho-ke, bathandekayo, njengoba nilindele lezi zinto, yenzani konke okusemandleni enu ukuba ekugcineni anithole ningenabala, ningenasici futhi ninokuthula. +