-
2 Thimothewu 2:16-18IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 Kodwa zenqabe izinkulumo ezingenangqondo ezingcolisa okungcwele, + ngoba bayoqhubeka bengamhloniphi nakakhulu uNkulunkulu, 17 futhi izwi labo liyosakazeka njengesilonda esibhibhayo. UHimenewu noFiletu bangabanye babo. + 18 Laba bantu baphambukile eqinisweni, bethi uvuko selwenzekile, + beqeda ukholo lwabanye.
-