20 “Angiceleli laba kuphela, kodwa nalabo ababa nokholo kimi ngenxa yokushumayela kwabo, 21 ukuze bonke babe munye, + njengoba nje wena, Baba, umunye nami futhi nami ngimunye nawe, + ukuba nabo babe munye nathi, ukuze izwe likholwe ukuthi ungithumile.