UmShumayeli 4:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngibonile ukuthi ungakanani umzamo* nomsebenzi wobungcweti ovela ngenxa yokubangisana kwabantu; + nalokhu futhi kuyize, ukugijimisa umoya. 1 Korinte 4:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngoba ubani okwenza uhluke komunye? Yini onayo ongazange uyamukele? + Uma ngempela uyamukele, kungani uziqhayisa njengokungathi awuzange uyamukele? Galathiya 6:4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Kodwa yilowo nalowo makahlole izenzo zakhe, + khona-ke uyoba nesizathu sokujabula ngokuqondene naye yedwa, hhayi ngokuziqhathanisa nomunye umuntu. +
4 Ngibonile ukuthi ungakanani umzamo* nomsebenzi wobungcweti ovela ngenxa yokubangisana kwabantu; + nalokhu futhi kuyize, ukugijimisa umoya.
7 Ngoba ubani okwenza uhluke komunye? Yini onayo ongazange uyamukele? + Uma ngempela uyamukele, kungani uziqhayisa njengokungathi awuzange uyamukele?
4 Kodwa yilowo nalowo makahlole izenzo zakhe, + khona-ke uyoba nesizathu sokujabula ngokuqondene naye yedwa, hhayi ngokuziqhathanisa nomunye umuntu. +