10 nigqoke ubuntu obusha, + obenziwa bube busha ngolwazi olunembile ukuze bubonakalise ubuntu baLowo owabudala. + 11 Ubuntu obusha abuhlukanisi phakathi komGreki nomJuda, ukusoka noma ukungasoki, owezizwe, umSkithe, isigqila, noma okhululekile; kodwa uKristu uyikho konke, ukubo bonke. +