IzEnzo 11:29, 30 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngakho abafundi banquma, yilowo nalowo ngokwalokho ayenamandla okukwenza, + ukuba bathumele* usizo + kubazalwane abahlala eJudiya; 30 lokhu bakwenza, beluthumela emadodeni amadala besebenzisa uBarnaba noSawulu. + 1 Korinte 16:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngokuphathelene nokuqoqwa komnikelo wabangcwele, + ningalandela iziqondiso engazinika amabandla aseGalathiya.
29 Ngakho abafundi banquma, yilowo nalowo ngokwalokho ayenamandla okukwenza, + ukuba bathumele* usizo + kubazalwane abahlala eJudiya; 30 lokhu bakwenza, beluthumela emadodeni amadala besebenzisa uBarnaba noSawulu. +
16 Ngokuphathelene nokuqoqwa komnikelo wabangcwele, + ningalandela iziqondiso engazinika amabandla aseGalathiya.