25 Ngakho waya eTarsu eyofuna uSawulu yonke indawo. + 26 Lapho esemtholile, wamletha e-Antiyokiya. Kwaphela unyaka wonke behlangana ndawonye nabo ebandleni bafundise isixuku esikhulu impela, kwaqala e-Antiyokiya ukuba abafundi babizwe ngokuthi amaKristu, ngokuvumelana nentando kaNkulunkulu. +