IzEnzo 10:26 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 26 Kodwa uPetru wamphakamisa, wathi: “Vuka; nami ngiwumuntu nje.” + IzEnzo 10:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Wathi kubo: “Nazi kahle ukuthi akukho emthethweni ukuba umJuda azihlanganise nomuntu wolunye uhlanga noma asondele kuye, + nokho uNkulunkulu ungibonisile ukuthi akekho umuntu okufanele ngithi kuye ungcolile noma akahlanzekile. + IzEnzo 11:2, 3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngakho lapho uPetru ekhuphukela eJerusalema, abantu ababenamathele emthethweni wokusoka + baqala ukumgxeka,* 3 bethi: “Wena ungene endlini yabantu abangasokile wadla nabo.”
28 Wathi kubo: “Nazi kahle ukuthi akukho emthethweni ukuba umJuda azihlanganise nomuntu wolunye uhlanga noma asondele kuye, + nokho uNkulunkulu ungibonisile ukuthi akekho umuntu okufanele ngithi kuye ungcolile noma akahlanzekile. +
2 Ngakho lapho uPetru ekhuphukela eJerusalema, abantu ababenamathele emthethweni wokusoka + baqala ukumgxeka,* 3 bethi: “Wena ungene endlini yabantu abangasokile wadla nabo.”