IzEnzo 2:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 ‘ “Ezinsukwini zokugcina,” kusho uNkulunkulu, “ngiyothululela omunye womoya wami phezu kwayo yonke inyama, amadodana enu namadodakazi enu ayoprofetha, izinsizwa zenu zibone imibono, amaxhegu enu aphuphe amaphupho, + 1 Petru 3:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngendlela efanayo, nina madoda, qhubekani nihlala nabo ngokolwazi.* Nibazise + njengezitsha ezibuthakathaka kakhudlwana, abesifazane, njengoba beyizindlalifa kanye nani + zomusa ongafanelwe wokuphila, ukuze imithandazo yenu ingathiyeki.
17 ‘ “Ezinsukwini zokugcina,” kusho uNkulunkulu, “ngiyothululela omunye womoya wami phezu kwayo yonke inyama, amadodana enu namadodakazi enu ayoprofetha, izinsizwa zenu zibone imibono, amaxhegu enu aphuphe amaphupho, +
7 Ngendlela efanayo, nina madoda, qhubekani nihlala nabo ngokolwazi.* Nibazise + njengezitsha ezibuthakathaka kakhudlwana, abesifazane, njengoba beyizindlalifa kanye nani + zomusa ongafanelwe wokuphila, ukuze imithandazo yenu ingathiyeki.