Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Korinte 9:16, 17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 Manje uma ngimemezela izindaba ezinhle, leso akusona isizathu sokuba ngiziqhayise, ngoba nginesibopho. Empeleni, maye kimi uma ngingazimemezeli izindaba ezinhle! + 17 Uma lokhu ngikwenza ngokuzithandela, nginomvuzo; kodwa ngisho noma ngikwenza ngingathandi, ngisenawo umsebenzi engiwuphathisiwe. +

  • Kolose 1:25, 26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Ngaba yisikhonzi saleli bandla ngokuvumelana nobuphathi + obuvela kuNkulunkulu enganikwa bona ngenxa yenu ukuze ngishumayele izwi likaNkulunkulu ngokugcwele, 26 imfihlo engcwele + eyayifihliwe ezikhathini* ezidlule + nasezizukulwaneni ezidlule. Kodwa manje yambuliwe kwabangcwele bakhe, +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela