1 Petru 1:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Abaprofethi abaprofetha ngomusa omkhulu ohloselwe nina, baphenya ngenkuthalo ngale nsindiso futhi bahlola ngokucophelela. + 1 Petru 1:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Bambulelwa ukuthi babengazikhonzi bona, kodwa babekhonza nina, ngezinto manje eniye nazaziswa kusetshenziswa labo abaye bamemezela kini izindaba ezinhle ngomoya ongcwele othunywe uvela ezulwini. + Izingelosi zifisa ukubona zona lezi zinto.
10 Abaprofethi abaprofetha ngomusa omkhulu ohloselwe nina, baphenya ngenkuthalo ngale nsindiso futhi bahlola ngokucophelela. +
12 Bambulelwa ukuthi babengazikhonzi bona, kodwa babekhonza nina, ngezinto manje eniye nazaziswa kusetshenziswa labo abaye bamemezela kini izindaba ezinhle ngomoya ongcwele othunywe uvela ezulwini. + Izingelosi zifisa ukubona zona lezi zinto.