Filipi 1:12, 13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Ngifisa ukuba nazi, bazalwane, ukuthi empeleni izinto ezenzeke kimi zibe nomthelela ekusakazekeni kwezindaba ezinhle, 13 kangangokuthi ukuboshwa kwami + ngenxa kaKristu sekwaziwa kabanzi + phakathi kwabo bonke abaQaphi Bombusi nabo bonke abanye.
12 Ngifisa ukuba nazi, bazalwane, ukuthi empeleni izinto ezenzeke kimi zibe nomthelela ekusakazekeni kwezindaba ezinhle, 13 kangangokuthi ukuboshwa kwami + ngenxa kaKristu sekwaziwa kabanzi + phakathi kwabo bonke abaQaphi Bombusi nabo bonke abanye.