1 Thesalonika 4:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngoba uma sinokholo lokuthi uJesu wafa wabuye wavuka, + kanjalo futhi uNkulunkulu uyobanika ukuphila kanye noJesu labo asebalala ekufeni ukuze babe naye. + 2 Thimothewu 4:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo. IsAmbulo 14:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngezwa izwi livela ezulwini lithi, “Bhala: Bayajabula abafile, abafa bemunye neNkosi + kusukela kulesi sikhathi kuqhubeke. Yebo, kusho umoya, mabaphumule ekuzikhandleni kwabo, ngoba izinto abazenza zihamba nabo.”
14 Ngoba uma sinokholo lokuthi uJesu wafa wabuye wavuka, + kanjalo futhi uNkulunkulu uyobanika ukuphila kanye noJesu labo asebalala ekufeni ukuze babe naye. +
8 Kusukela manje kuqhubeke, ngigcinelwe umqhele wokulunga, + lowo iNkosi, umahluleli olungile, + eyonginika wona njengomvuzo ngalolo suku, + nokho kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abakuthandile ukubonakaliswa kwayo.
13 Ngezwa izwi livela ezulwini lithi, “Bhala: Bayajabula abafile, abafa bemunye neNkosi + kusukela kulesi sikhathi kuqhubeke. Yebo, kusho umoya, mabaphumule ekuzikhandleni kwabo, ngoba izinto abazenza zihamba nabo.”