Mathewu 23:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Kodwa omkhulu kakhulu phakathi kwenu kumele abe yisikhonzi senu. + Efesu 4:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngakho-ke, mina siboshwa + eNkosini, ngiyanincenga ukuba nihambe ngendlela efanele + ukubizwa enabizwa ngakho, 2 ngokuthobeka *+ okuphelele nobumnene, ngokubekezela, + nibekezelelana ngothando, + Efesu 5:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Zithobeni komunye nomunye + ngokwesaba uKristu.
4 Ngakho-ke, mina siboshwa + eNkosini, ngiyanincenga ukuba nihambe ngendlela efanele + ukubizwa enabizwa ngakho, 2 ngokuthobeka *+ okuphelele nobumnene, ngokubekezela, + nibekezelelana ngothando, +