Johane 18:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 UJesu waphendula: + “UMbuso wami awuyona ingxenye yaleli zwe. + Ukube uMbuso wami ubuyingxenye yaleli zwe, izikhonzi zami ngabe zilwile ukuze nginganikelwa kumaJuda. + Kodwa njengoba kunjalo, uMbuso wami awuveli kulo mthombo.” Efesu 2:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngaphezu kwalokho, wasivusa kanye naye wasihlalisa ndawonye ezindaweni zasezulwini njengabalandeli bakaKristu Jesu, + Kolose 3:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Nokho, uma nenziwa naphila ngoKristu, + qhubekani nifuna izinto zaphezulu, lapho uKristu ehlezi khona ngakwesokudla sikaNkulunkulu. +
36 UJesu waphendula: + “UMbuso wami awuyona ingxenye yaleli zwe. + Ukube uMbuso wami ubuyingxenye yaleli zwe, izikhonzi zami ngabe zilwile ukuze nginganikelwa kumaJuda. + Kodwa njengoba kunjalo, uMbuso wami awuveli kulo mthombo.”
6 Ngaphezu kwalokho, wasivusa kanye naye wasihlalisa ndawonye ezindaweni zasezulwini njengabalandeli bakaKristu Jesu, +
3 Nokho, uma nenziwa naphila ngoKristu, + qhubekani nifuna izinto zaphezulu, lapho uKristu ehlezi khona ngakwesokudla sikaNkulunkulu. +