IzEnzo 2:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Kodwa uNkulunkulu wamvusa + ngokumkhulula emandleni* okufa, ngoba kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yiwo. + Efesu 1:19, 20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 nokuthi amandla akhe adlulele awabonisa kithi thina makholwa makhulu kangakanani. + Kuvumelana nokusebenza kwamandla akhe amakhulu, 20 awasebenzisa kuKristu lapho emvusa kwabafile futhi emhlalisa ngakwesokudla sakhe + ezindaweni zasezulwini,
24 Kodwa uNkulunkulu wamvusa + ngokumkhulula emandleni* okufa, ngoba kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yiwo. +
19 nokuthi amandla akhe adlulele awabonisa kithi thina makholwa makhulu kangakanani. + Kuvumelana nokusebenza kwamandla akhe amakhulu, 20 awasebenzisa kuKristu lapho emvusa kwabafile futhi emhlalisa ngakwesokudla sakhe + ezindaweni zasezulwini,