Efesu 4:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 4 Ngakho-ke, mina siboshwa + eNkosini, ngiyanincenga ukuba nihambe ngendlela efanele + ukubizwa enabizwa ngakho, Kolose 1:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 ukuze nihambe ngokufanele uJehova,* ukuze nimjabulise ngokugcwele njengoba niqhubeka nithela izithelo kuyo yonke imisebenzi emihle futhi lwanda ulwazi lwenu olunembile ngoNkulunkulu; + 1 Petru 1:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 kodwa njengoNgcwele owanibiza, nani yibani ngcwele kukho konke ukuziphatha kwenu, +
4 Ngakho-ke, mina siboshwa + eNkosini, ngiyanincenga ukuba nihambe ngendlela efanele + ukubizwa enabizwa ngakho,
10 ukuze nihambe ngokufanele uJehova,* ukuze nimjabulise ngokugcwele njengoba niqhubeka nithela izithelo kuyo yonke imisebenzi emihle futhi lwanda ulwazi lwenu olunembile ngoNkulunkulu; +