Johane 8:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 12 UJesu waphinda futhi wakhuluma nabo, ethi: “Mina ngiwukukhanya kwezwe. + Noma ubani ongilandelayo akasoze ahamba ebumnyameni, kodwa uyoba nokukhanya + kokuphila.” Kolose 1:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Wasikhulula egunyeni lobumnyama + wasidlulisela embusweni weNdodana yakhe ethandekayo, 1 Petru 2:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Kodwa “niluhlanga olukhethiwe, abapristi abangamakhosi, isizwe esingcwele, + isizwe esiyimpahla ekhethekile, + ukuze nimemezele kabanzi ubuhle” + baLowo owanibiza ukuba niphume ebumnyameni ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo. +
8 12 UJesu waphinda futhi wakhuluma nabo, ethi: “Mina ngiwukukhanya kwezwe. + Noma ubani ongilandelayo akasoze ahamba ebumnyameni, kodwa uyoba nokukhanya + kokuphila.”
9 Kodwa “niluhlanga olukhethiwe, abapristi abangamakhosi, isizwe esingcwele, + isizwe esiyimpahla ekhethekile, + ukuze nimemezele kabanzi ubuhle” + baLowo owanibiza ukuba niphume ebumnyameni ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo. +