1 Thesalonika 1:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Naba ngabalingisi bethu + nabeNkosi, + njengoba namukela izwi ngaphansi kosizi olukhulu + ngenjabulo evezwa umoya ongcwele, 1 Thesalonika 2:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngoba, bazalwane, naba ngabalingisi bamabandla kaNkulunkulu aseJudiya anobunye noKristu Jesu, ngenxa yokuthi nahlupheka ezandleni zabantu bezwe lakini + ngezinto ezifanayo nalezo nawo ahlupheka ngazo ezandleni zamaJuda, 1 Petru 2:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Eqinisweni, nabizelwa khona lokhu, ngoba ngisho noKristu wahlupheka ngenxa yenu, + enishiyela isibonelo ukuze nilandele izinyathelo zakhe eduze. +
6 Naba ngabalingisi bethu + nabeNkosi, + njengoba namukela izwi ngaphansi kosizi olukhulu + ngenjabulo evezwa umoya ongcwele,
14 Ngoba, bazalwane, naba ngabalingisi bamabandla kaNkulunkulu aseJudiya anobunye noKristu Jesu, ngenxa yokuthi nahlupheka ezandleni zabantu bezwe lakini + ngezinto ezifanayo nalezo nawo ahlupheka ngazo ezandleni zamaJuda,
21 Eqinisweni, nabizelwa khona lokhu, ngoba ngisho noKristu wahlupheka ngenxa yenu, + enishiyela isibonelo ukuze nilandele izinyathelo zakhe eduze. +