IzEnzo 19:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngakho izwi likaJehova* laqhubeka likhula futhi linqoba ngendlela enamandla. + 1 Thesalonika 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Iqiniso liwukuthi, akukhona nje kuphela ukuthi izwi likaJehova* elivela kini liye lazwakala eMakedoniya nase-Akhaya, kodwa ukholo lwenu kuNkulunkulu luye lwasakazeka kabanzi ezindaweni zonke, + kangangokuthi akudingeki sisho lutho.
8 Iqiniso liwukuthi, akukhona nje kuphela ukuthi izwi likaJehova* elivela kini liye lazwakala eMakedoniya nase-Akhaya, kodwa ukholo lwenu kuNkulunkulu luye lwasakazeka kabanzi ezindaweni zonke, + kangangokuthi akudingeki sisho lutho.