IzEnzo 16:1, 2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Wafika eDerbe naseListra. + Kwakukhona umfundi ogama lakhe linguThimothewu, + indodana yowesifazane okholwayo ongumJuda kodwa uyise engumGreki, 2 abazalwane baseListra nase-Ikoniyu babekhuluma kahle ngaye. Filipi 2:19, 20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Manje ngithemba ukuthi iNkosi uJesu izongivumela ukuba ngithumele kini uThimothewu + ngokushesha, ukuze ngikhuthazeke lapho ngizwa umbiko ngani. 20 Ngoba anginaye onjengoThimothewu ozoninakekela ngobuqotho.
16 Wafika eDerbe naseListra. + Kwakukhona umfundi ogama lakhe linguThimothewu, + indodana yowesifazane okholwayo ongumJuda kodwa uyise engumGreki, 2 abazalwane baseListra nase-Ikoniyu babekhuluma kahle ngaye.
19 Manje ngithemba ukuthi iNkosi uJesu izongivumela ukuba ngithumele kini uThimothewu + ngokushesha, ukuze ngikhuthazeke lapho ngizwa umbiko ngani. 20 Ngoba anginaye onjengoThimothewu ozoninakekela ngobuqotho.