19 Ekulesi simo, wahamba washumayeza imimoya eboshiwe, + 20 eyayingalaleli lapho uNkulunkulu elinde ngesineke ezinsukwini zikaNowa, + ngesikhathi kusakhiwa umkhumbi, + okwathi ngawo abantu abambalwa, okungukuthi, imiphefumulo engu-8, bathwalwa ngokuphepha emanzini. +