Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 6:5, 6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Lokhu abakusho kwalujabulisa lonke uquqaba, lwakhetha uStefanu, indoda egcwele ukholo nomoya ongcwele, kanye noFiliphu, + uProkhoro, uNikanori, uThimoni, uPharmena noNikolawu, umproselithe wase-Antiyokiya. 6 Lwabaletha phambi kwabaphostoli, ngemva kokuthandaza, bababeka izandla. +

  • IzEnzo 13:2, 3
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Njengoba babekhonza* uJehova* futhi bezila ukudla, umoya ongcwele wathi: “Ngihlukaniseleni uBarnaba noSawulu + ukuze benze umsebenzi engibabizele wona.” + 3 Ngemva kokuzila ukudla nokuthandaza, bababeka izandla babahambisa.

  • IzEnzo 19:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Lapho uPawulu ebabeka izandla, umoya ongcwele wehlela phezu kwabo, + baqala ukukhuluma izilimi okungezona ezabo nokuprofetha. +

  • 2 Thimothewu 1:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Ngenxa yalesi sizathu ngikukhumbuza ukuba usivuthele njengomlilo isipho sikaNkulunkulu esikuwe owasithola ngokukubeka kwami izandla. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela