2 Korinte 1:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Uma sibhekana nezilingo,* kungokwenduduzo nensindiso yenu; uma sithola induduzo, lokhu kungenjongo yokuba nani nithole induduzo; leyo nduduzo inganisiza ukuba nikhuthazelele izinhlupheko ezifana nezethu. Efesu 3:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Ngakho ngiyanicela ukuba ningapheli amandla ngenxa yezinsizi zami ngenxa yenu, ngoba izinsizi zami ziletha udumo kini. + Kolose 1:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngiyajabula manje ngokuhlupheka kwami ngenxa yenu, + futhi ngicabanga ukuthi angikahlupheki ngokugcwele ngenxa kaKristu, ngenxa yomzimba wakhe, + oyibandla. +
6 Uma sibhekana nezilingo,* kungokwenduduzo nensindiso yenu; uma sithola induduzo, lokhu kungenjongo yokuba nani nithole induduzo; leyo nduduzo inganisiza ukuba nikhuthazelele izinhlupheko ezifana nezethu.
13 Ngakho ngiyanicela ukuba ningapheli amandla ngenxa yezinsizi zami ngenxa yenu, ngoba izinsizi zami ziletha udumo kini. +
24 Ngiyajabula manje ngokuhlupheka kwami ngenxa yenu, + futhi ngicabanga ukuthi angikahlupheki ngokugcwele ngenxa kaKristu, ngenxa yomzimba wakhe, + oyibandla. +