Mathewu 10:33 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 33 Kodwa noma ubani ongiphikayo phambi kwabantu, nami ngiyomphika phambi kukaBaba osemazulwini. + Luka 12:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Kodwa noma ubani ongiphikayo phambi kwabantu uyophikwa phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu. +