-
1 Thimothewu 1:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 eqaphela ukuthi umthetho awenzelwanga umuntu olungile kodwa abantu abangenamthetho + nabangalawuleki, abangamhloniphi uNkulunkulu nabayizoni, abangathembekile* nabangcolile, ababulala oyise nonina, nababulala abanye abantu, 10 abaziphatha kabi ngokocansi,* amadoda alala namanye amadoda,* abathumbi, abaqambimanga, abafunga amanga, nanoma iyiphi enye into ephikisana nemfundiso ephilayo *+
-