Eksodusi 24:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 UMose weza watshela abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela, + bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.” + Numeri 12:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Ngikhuluma naye ubuso nobuso + ngokukhululekile, hhayi ngamazwi adidayo; futhi ubona ukubonakala kukaJehova. Pho kungani nina ningesabanga ukukhuluma kabi ngenceku yami, ukukhuluma kabi ngoMose?” Jeremiya 7:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 kusukela osukwini okhokho benu abaphuma ngalo ezweni laseGibhithe kuze kube namuhla. + Ngakho ngaqhubeka ngithumela kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngizithuma usuku nosuku ngokuphindaphindiwe. *+
3 UMose weza watshela abantu wonke amazwi kaJehova nazo zonke izinqumo zokwahlulela, + bonke abantu baphendula ngazwi linye bathi: “Wonke amazwi uJehova awakhulumile sizimisele ukuwenza.” +
8 Ngikhuluma naye ubuso nobuso + ngokukhululekile, hhayi ngamazwi adidayo; futhi ubona ukubonakala kukaJehova. Pho kungani nina ningesabanga ukukhuluma kabi ngenceku yami, ukukhuluma kabi ngoMose?”
25 kusukela osukwini okhokho benu abaphuma ngalo ezweni laseGibhithe kuze kube namuhla. + Ngakho ngaqhubeka ngithumela kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngizithuma usuku nosuku ngokuphindaphindiwe. *+