Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Korinte 11:25
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 25 Yenza okufanayo nangendebe, + ngemva kokudla isidlo sakusihlwa, yathi: “Le ndebe isho isivumelwano esisha + esenziwa ngegazi lami. + Qhubekani nikwenza lokhu, noma nini lapho niyiphuza, njengesikhumbuzo sami.” +

  • Hebheru 7:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 kanjalo uJesu ube yisiqinisekiso* sesivumelwano esingcono. +

  • Hebheru 9:15
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 Yingakho engumlamuleli wesivumelwano esisha, + ukuze labo ababiziwe bamukele isithembiso sefa eliphakade + ngenxa yokuthi eye wafa ukuze ngesihlengo + bakhululwe eziphambekweni zabo ngaphansi kwesivumelwano esidala.

  • Hebheru 12:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Kodwa nisondele eNtabeni iZiyoni + nasedolobheni likaNkulunkulu ophilayo, iJerusalema lasezulwini, + nasemashumini ezinkulungwane ezingelosi

  • Hebheru 12:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 nakuJesu umlamuleli + wesivumelwano esisha, + nasegazini elifafaziwe, elikhuluma ngendlela engcono kunegazi lika-Abela. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela