Hebheru 9:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kanjalo umoya ongcwele ukwenza kucace ukuthi indlela engena endaweni engcwele yayingakambulwa ngesikhathi itende lokuqala limile. + Hebheru 9:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 UKristu akangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, + engumfanekiso wokungokoqobo, + kodwa wangena ezulwini ngokwalo, + ukuze abonakale phambi* kukaNkulunkulu ngenxa yethu. +
8 Kanjalo umoya ongcwele ukwenza kucace ukuthi indlela engena endaweni engcwele yayingakambulwa ngesikhathi itende lokuqala limile. +
24 UKristu akangenanga endaweni engcwele eyenziwe ngezandla, + engumfanekiso wokungokoqobo, + kodwa wangena ezulwini ngokwalo, + ukuze abonakale phambi* kukaNkulunkulu ngenxa yethu. +