Zakariya 6:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Nguye oyokwakha ithempeli likaJehova, futhi nguye oyothola isithunzi. Uyohlala esihlalweni sakhe sobukhosi abuse, aphinde abe ngumpristi esihlalweni sakhe sobukhosi, + uyoziphatha zombili lezi zikhundla ukuze kube nokuthula.* Hebheru 3:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 kodwa uKristu wayethembekile njengendodana + phezu kwendlu kaNkulunkulu. Siyindlu yaKhe, + uma ngempela sibambelela ngokuqinile enkululekweni yethu yokukhuluma nasethembeni esiziqhayisa ngalo kuze kube sekupheleni.
13 Nguye oyokwakha ithempeli likaJehova, futhi nguye oyothola isithunzi. Uyohlala esihlalweni sakhe sobukhosi abuse, aphinde abe ngumpristi esihlalweni sakhe sobukhosi, + uyoziphatha zombili lezi zikhundla ukuze kube nokuthula.*
6 kodwa uKristu wayethembekile njengendodana + phezu kwendlu kaNkulunkulu. Siyindlu yaKhe, + uma ngempela sibambelela ngokuqinile enkululekweni yethu yokukhuluma nasethembeni esiziqhayisa ngalo kuze kube sekupheleni.