-
Genesise 22:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Ekugcineni bafika endaweni uNkulunkulu weqiniso ayekhulume ngayo, u-Abrahama wakha i-altare kuyo, wahlela izinkuni phezu kwalo. Wabopha indodana yakhe u-Isaka izandla nezinyawo, wayeseyibeka e-altare phezu kwezinkuni. + 10 Ngemva kwalokho u-Abrahama welula isandla wathatha ummese* ukuze abulale indodana yakhe. +
-