AbaHluleli 7:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 AbakwaMidiyani nama-Amaleki nabo bonke abaseMpumalanga + babegcwele ethafeni njengesikhonyane, amakamela abo ayengenakubalwa, + emaningi njengesihlabathi esisogwini lolwandle. AbaHluleli 7:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 La madoda angu-300 aqhubeka nokushaya izimpondo, uJehova wabangela ukuba yilowo nalowo kulo lonke ikamu amelane nomunye; + ibutho labaleka laze layofika eBheti-shitha, ladlulela eZerera, laze lafika emaphethelweni ase-Abela-mehola + ngaseThabati.
12 AbakwaMidiyani nama-Amaleki nabo bonke abaseMpumalanga + babegcwele ethafeni njengesikhonyane, amakamela abo ayengenakubalwa, + emaningi njengesihlabathi esisogwini lolwandle.
22 La madoda angu-300 aqhubeka nokushaya izimpondo, uJehova wabangela ukuba yilowo nalowo kulo lonke ikamu amelane nomunye; + ibutho labaleka laze layofika eBheti-shitha, ladlulela eZerera, laze lafika emaphethelweni ase-Abela-mehola + ngaseThabati.