1 AmaKhosi 22:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 UZedekiya indodana kaKhenahana wasondela washaya uMikhaya ngempama wathi: “Uqonde ukungitshela ukuthi umoya kaJehova ungishiyile mina wazokhuluma nawe?” + Jeremiya 38:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngakho zamthatha uJeremiya zamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawuseGcekeni Labaqaphi. + Zamehlisela phansi uJeremiya ngezintambo. Manje kwakungenamanzi emthonjeni kunodaka kuphela, ngakho uJeremiya waqala ukubisha odakeni.
24 UZedekiya indodana kaKhenahana wasondela washaya uMikhaya ngempama wathi: “Uqonde ukungitshela ukuthi umoya kaJehova ungishiyile mina wazokhuluma nawe?” +
6 Ngakho zamthatha uJeremiya zamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawuseGcekeni Labaqaphi. + Zamehlisela phansi uJeremiya ngezintambo. Manje kwakungenamanzi emthonjeni kunodaka kuphela, ngakho uJeremiya waqala ukubisha odakeni.