Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Korinte 9:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Anazi yini ukuthi emncintiswaneni abagijimi bagijima bonke, kodwa munye kuphela owamukela umklomelo? Gijimani ngendlela yokuba niwuthole. +

  • 1 Korinte 9:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Ngakho-ke, indlela engigijima ngayo akuyona engenanjongo; + indlela engiqondisa ngayo amagalelo ami ingeyokuba ngingashayi umoya;

  • Filipi 3:13, 14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Bazalwane, angikazibheki njengosewubambile; kodwa yinye into engiqiniseka ngayo: Njengoba ngikhohlwa izinto ezingemuva + futhi ngilulekela phambili ezintweni ezingaphambili, + 14 ngizabalazela ukufinyelela umgomo wokuthola umklomelo + wobizo lwaphezulu + lukaNkulunkulu ngoKristu Jesu.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela