Roma 14:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngoba uMbuso kaNkulunkulu awusho ukudla nokuphuza, + kodwa usho ukulunga nokuthula nenjabulo okuhambisana nomoya ongcwele. 1 Korinte 8:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa ukudla ngeke kusisondeze kuNkulunkulu; + uma singadli, asilahlekelwa lutho, futhi uma sidla, asizuzi lutho. + Kolose 2:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Ngakho-ke ningavumeli muntu anahlulele ngokuthi nidleni nokuthi niphuzeni + noma ngokugujwa kwemikhosi noma kokwethwasa kwenyanga + noma kwesabatha. +
17 Ngoba uMbuso kaNkulunkulu awusho ukudla nokuphuza, + kodwa usho ukulunga nokuthula nenjabulo okuhambisana nomoya ongcwele.
8 Kodwa ukudla ngeke kusisondeze kuNkulunkulu; + uma singadli, asilahlekelwa lutho, futhi uma sidla, asizuzi lutho. +
16 Ngakho-ke ningavumeli muntu anahlulele ngokuthi nidleni nokuthi niphuzeni + noma ngokugujwa kwemikhosi noma kokwethwasa kwenyanga + noma kwesabatha. +