Efesu 5:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Zithobeni komunye nomunye + ngokwesaba uKristu. 1 Petru 5:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +
5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +